uyabona lo uBenni ndini lo, sengikhathele mina uyena ngibona ukuthi uyancengwa kakhulu futhi okuncono ukuthi bahlale sebemyeka nje ahambe ayowela le kude
hhayi! njalo yena ufuna ukuncengwa kuhle kwengane encane.
kuyoze kube nini elandelwa ngemuva sengathi uyashelwa? buka manje ubeka isizathu esingena ngqondo esifile ukuthi akafune kushiya ngane yakhe la emzansi ngoba kayejwayelanga muntu la, kungani angayishiyi enkulisa okanye isale nogogo wayo kwazise phela ogogo bakhonze kabi ukusala nomuntuza
akahambe man! baningi abafana abasafufusa abagangena esikhundleni sakhe bavale leso sikhala kodwa ngokubona kukaSAFA akunjalo uBenni uyena isikhondlakhondla akakho omunye onjengaye.
hhayi! njalo yena ufuna ukuncengwa kuhle kwengane encane.kuyoze kube nini elandelwa ngemuva sengathi uyashelwa? buka manje ubeka isizathu esingena ngqondo esifile ukuthi akafune kushiya ngane yakhe la emzansi ngoba kayejwayelanga muntu la, kungani angayishiyi enkulisa okanye isale nogogo wayo kwazise phela ogogo bakhonze kabi ukusala nomuntuza
akahambe man! baningi abafana abasafufusa abagangena esikhundleni sakhe bavale leso sikhala kodwa ngokubona kukaSAFA akunjalo uBenni uyena isikhondlakhondla akakho omunye onjengaye.
