Cha! ngithule ngathula ngabuka isimo ngezwa futhi imibono evela nhlanguthi zonke ukuthi iyini imbangela yodlame olubhekiswe kuzifikanamthwalo
Mina nginga khuluma ngithi:
Ziningi izizathu eziholele ukuba kuze kuqubuke udlame kodwa imbangela okuyiyonayona ukuphelelwa ukubekezela kwabantu ngoba kade abantu besibekezelele isimo okanye izimo kodwa kufike lapho bangasakwazanga ukuzibamba kwavele kwabhamuka kwavuka ukuphumasilwe ndoda kade ngikubekezelele kodwa hhayi! cha! angisakhoni manje.
angisho ukuthi ngiyakuqguqguzela ukuthi ithende zigcwaliswe udaka kubo kodwa ngicela siludingide madoda loludaba siphonse yilowo nalowo esivivaneni.