Sanibonani, angithembe ukuthi nisaphila nonke. Thina siyancenga ngapha koThukela.
Sengethembe wena Mbokazi ukuthi uzosikhanyisela.
Ngokubona kwami, akukho lutho olusha kulendaba ngoba sikhuluma ngomlando wobandlululo hhayi isimo sanamhlanje. AmaChina ayethathiswa okwamaKhalathi wuhulumeni wobandlululo yingakho namanje efuna uhulumeni wentando yeningi ukukhumbule lokho.
Uma ngicabanga, uhulumeni wanamuhla awuhlukanisi ngokobuhlanga (race?) ngaphandle uma kukhulunywa ngezomnotho njengoBEE. Ama-definitions abalwa nguMshengu alahleka lapha ngoba i-apartheid yayehlukanisa phakathi kwabelungu, abantu abansundu, amandiya namakhalathi kuphela.
Amaphephandaba nawo kodwa alahla umphakathi ngendlela ababhala ngayo ezinye izindaba. "Chinese is the new Black" is a mischievious statement because it needs further analysis. Don't take it at face value. South Africa is led by a non racist government and labelling people would be racist but labelling people in terms of past oppression is different. Hence by the fact of the Chinese oppression under apartheid, the Chinese community must be given a Historically Disadvantaged Individual (HDI) status. This automatically means that they are "non white". What is not white is black! Hence the above statement in the press. The same could be said for both coloured and indian individuals!
Ngiyabonga mina.

iTshelincane kaNjin'faya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omuhle ngemlenze