Hawu!!
uSbosh unentsebe, noNobuhle unentsebe.
Kusho ukuthi banolaka ke.

Malandela, Wena owalandela izinkomo zamadoda, Luzumane, BazumeNdaba balibele, Lugagane olwahlaba amaTshali ezibunjini athi ayahamba agxamalaze, Mfolozi emnyama inkethabaweli........