Yoh! Yoh! Yoh!

Enkulisa, cha angicabangi ukuthi yisu elihle lelo we Ngxabalala. Lomfokazi uke waxoxisana nezintatheli ngomunye unyaka, kwathi ebuzwa ukuthi emva kokudlala ibhola unquma ukwenzani. Wathi yena ubengathanda ukuba nguNjiniyela, kwathiwa unjiniyela onjani ngoba nakhu umkhakha lowo unabe kakhulu. Yena wathi Motor Engineer ngoba nakhu phela yena uthanda kakhulu ukuphathaphatha ama Engine ezimoto.

Cha mina ngiyaxolisa, eyami ingane ngeke ngiyivumele nokuthi iyodlula phambi kwaleyo nkulisa azobe esebenza kuyo. Ungumedusi, uyodukisa yonke lemiphefumulo engenamacala.

Sobho