UBenni waqala ngokubaleka eFree State enomndeni wakhe be ngo Makhathini, bafika e Kapa bazibiza ngo McCarthy, manje umuntu obalekela ubuntu nendabuko yakhe angahlala kanjani ikhanda lakhe lingaxegi.

Mina bengithi makazitholele isihogo esiseduzane naye, azishwathike khona ashe angqongqe.