Nami angazi ukuthi uncengelwani kangaka.
Yebo uyawashaya yena amaGoli, kodwa hayi kwanele.
Phela ngathi uyashelwa impela.

Malandela, Wena owalandela izinkomo zamadoda, Luzumane, BazumeNdaba balibele, Lugagane olwahlaba amaTshali ezibunjini athi ayahamba agxamalaze, Mfolozi emnyama inkethabaweli........