Hawu ngiyabongaMbokazi.
Ngangingabayini ngaphandle kwakho.
Nangonyaka ofile wakhumbula nakulunyaka ukhumbulile Eish!!
Ngiyabonga.

Donda,Nxele,Sontuli,Hlamukazi.......

Malandela, Wena owalandela izinkomo zamadoda, Luzumane, BazumeNdaba balibele, Lugagane olwahlaba amaTshali ezibunjini athi ayahamba agxamalaze, Mfolozi emnyama inkethabaweli........