abamhlophe bazolwa nabamhlophe abampisholo bona bagagane nabampisholo

sikhulu isibalo osibalayo Malandela, asisakwazi ukubekezelela inkinga ezisikhungetheyo thina singabantu base mzansi, izifika namthwalo ziyathasisela zona zibhekelelwe thina sisale, kungancono uma bengabuyela emakhaya bayovota ukuze baphume ebugqileni. Kungesizi ukuthi bonke beze nganeno, akuze labo abazothuthukisa izwe lethu hhayi abazothuthukisa izingane zethu ngokuzikhulelisa kanye namaqola.

Umoya wami udabuke kabuhlungu ekuseni ngibuka izingane zesikole ziya esikolweni iningi lazo zingembethe izingubo ezifudumele njengoba amakhaza ashubisa umkantsha kanje, babengamthe hhayi ngoba benazo izingubo kodwa uyabona ukuthi emakhaya azo kudliwa imbuya ngothi


Mbokazi,Donda,Nxele,Sontuli,Hlamukazi,ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane zona ziphapha phezulu emafini,uphangela kobhongo koqhoqhoqho ,umlamlankunzi ngabe uziyekile zabulalana,Hlamukazi kaMdaka,Umdaka usezintangeni,wena owasephulamuthi uphekiwe endlini kamantombase,abakaphangela abaphangela izinkomo zamadoda lathi ilanga liphuma labe liphuma nezinkanzi zamadoda.