Sobho kuyancomeka ukuthi uphefumile kuloludaba olunzima kangaka.
oCiaa, noMshengu, noSbosh, noMdava bathule sengathi sebekwelobabamkhulu.

uMsholozi uzamile ukuyokhuluma nezinsizwa ngesonto, kodwa ngiyengadumala uma ngizwa ukuthi ubengafuni ukuphendula imibuzo.
Uma kuziwa ekulamuleni ngiyamethemba uMsholozi, kodwa kulokhu angazi, sengiyobona uma kuhamba isikhathi.

Malandela, Wena owalandela izinkomo zamadoda, Luzumane, BazumeNdaba balibele, Lugagane olwahlaba amaTshali ezibunjini athi ayahamba agxamalaze, Mfolozi emnyama inkethabaweli........